Ask AI
ProCE Banner Activity

I-PrEP Elawulwa Abesifazane: Ukunikeza Abesifazane Amandla Kanye Nokunciphisa Umthelela Wezithiyo Ezibangelwa Abantu Abathandana Nabo

Clinical Thought

Abantu abaningi abane-HIV emazweni ase-Afrika asezansi kweSahara abantu abasebasha kanye nabesifazane. Yingakho kudingeka ukuba sibeke phambili i-pre-exposure prophylaxis (PrEP) ye-HIV elawulwa abesifazane ukuze siqede ubhubhane lwe-HIV kule ndawo. Kumele sinciphise ukubhekwa kabi kwabesifazane abasebasha abane-HIV kanye nokuncika kwabo kwabesilisa abathandana nabo ukuze bathole izinto zokuvimbela ukutheleleka obekumele ngabe bayazithola vele.   

Released: April 21, 2026

Share

Provided by

Provided by Clinical Care Options, LLC, dba Decera Clinical Education in partnership with the Foundation for Professional Development

ProCE Banner

Supporters

Supported by an educational grant from Gilead Sciences, Inc.

Gilead Sciences, Inc.

Partners

Foundation for Professional Development

ProCE Banner

Target Audience

This activity is intended for doctors, nurses, and allied healthcare workers who provide care in sub-Saharan Africa.

Learning Objectives

Upon completion of this activity, participants should be able to:

  • Ukusebenzisa izindlela zokwandisa ukuqwashisa nokunqoba izithiyo zokusebenzisa amasu okuvimbela i-HIV okuhlanganisa ne-PrEP

  • Ukunikeza umuntu ngamunye ongazuza ku-PrEP uhlelo lokwelapha oluhambisana nalokho akuthandayo, elivumelana nokuphila kwakhe, nangakwazi ukulisebenzisa uma nje efisa ukuqhubeka nalo 

  • Ukuhlanganisa izifundo ezingokoqobo ezitholwe ezinhlelweni eziye zaphumelela ze-PrEP ekunakekelweni kweziguli zabo ukuze kuqikelelwe ukuthi amasevisi e-PrEP agxile kumuntu, awabangeli mahloni, afinyeleleka kalula, ahlanganiswa namanye amasevisi, futhi awashintshashintshi

Disclosure

Primary Author

Elizabeth Anne Bukusi, MBChB, MMed (ObGyn), MPH, PhD, PGD (Research Ethics), MBE (Research Ethics): consultant/advisor/speaker: L'Oreal, MSD, ViiV.